Lungisa isbongo nomsamu

Lungisa isbongo nomsamu Lana silungisa izinkinga zabantu mayelana nomsamu, amadlozi, nezithunywa izidalwa konke okupbathelene nomsamu ameni

Ungayeki ukthandaza muntu wenkosii.izitha zikbukile🔬👏
09/02/2024

Ungayeki ukthandaza muntu wenkosii.izitha zikbukile🔬👏

Guqa uthandaze,ubize izinyanya zakini ukholelwe ka ukholelwakhona kodwa ungalenzi iphutha lokwenza into engahambisani na...
10/01/2023

Guqa uthandaze,ubize izinyanya zakini ukholelwe ka ukholelwakhona kodwa ungalenzi iphutha lokwenza into engahambisani nabakini ngoba vele angeke ikwenzele lutho,onyakeni uqala nginifisela okuhle kodwa,nezilokotho ezintle, kule viki esiya kulo nginenkonzo yezibani eya ephophomemi ke siyocela konke esikufisayo sihlanzeke senze konke okfunekayo makhandlela blue whit n yellow nemali emhlophe ke syocela indlela for more info go to my details nd call or whatapp me baphile abantu,ameni👏

30/09/2022

Syakhuleka,emakhisini🙏,
Akenuthole umlotha wasekhaya
Uhlanganise nalama khubalo
-nhlanhlemhlophe
-mphumeleli
-mkhanyakude
-mavulakvaluwe
Hlanganisa la ugqume,geze,uphalaze.
Zongbonga after🤫

22/09/2022

Emakhosini

Thokoozan bantu benkosi. Kunalo daba engfisa kulidlulisa. Uyazi ukuthi kubalulekile ukuthi wazi isibongo sakho ukithi uz...
19/10/2020

Thokoozan bantu benkosi. Kunalo daba engfisa kulidlulisa. Uyazi ukuthi kubalulekile ukuthi wazi isibongo sakho ukithi uzalwaphi wena. Ngoba uma isibongo sakho singaqondile kusobala nokuth nempilo yakho ayiqondile. Uye uthole ukuthi abanye bethu sikhula singazi futhi neqiniso singalazi no. Mah bethu abanye babo abasitsheli iqiniso. Umuntu agcine esebiza isibongo ekungasona esakhe uthole ukuth akazi naye.. Lento ihlupha ngento eyodwake ngoba akulungi lutho oyenzayo abanye amishado ijika ezandleni imisebenzi abayitholi konke okuhle kuphelela emahlweni uthole ukuth yona inhlanhla ikhona futhi inkulu kodwa ngenxa yokuthi ubiza isibongo ekungasiso. Zinto azilungi🚫 ake skhulume ngawe ke namhlanje. Ndawue 👏

Address

Durban
19046

Telephone

+27680175297

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lungisa isbongo nomsamu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share