Samke Ngwenya Zululand 97.0 FM

Samke Ngwenya Zululand 97.0 FM Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Samke Ngwenya Zululand 97.0 FM, Business service, Nongoma.

17/11/2023

Nale yokutshela umuntu onopete ukuthi ahambe kahle kumele ifakelwe iybuko😜

Kumele uth sesobonana🤦

Mamtimande ❤️💕
15/11/2023

Mamtimande ❤️💕

Ubothi Mtimande❤️😘
04/10/2023

Ubothi Mtimande❤️😘

17/05/2023

Topic: uma kuthiwa umakoti akangeni endlini kababezala kusuke kwenzenjani uze angene masekunjani noma engasenaye ubabezala uyayizila indlu yakhe?

Uke uzwe kuthiwan ngalokho🤷

Angizwe uvolwakho

Isitimela Sothando 22:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

16/05/2023

Topic: Uma umuntu owake wabambisana naye ebudlelwanen (EX) mengacela ukuthi nibuyelane nithandane ungavuma yini uma unganqaba yisiphi isizathu esingenza ukuth unqabe?

Angizwe uvolwakho

Isitimela Sothando 23:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

03/05/2023

Isitimela Sothando 22:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

sakho
Ukuph nendawo

03/05/2023

Topic: Njengoba usebudlelwaneni nomuntu wakho iziphi izimpawu ongabona ngazo ukuthi alusekho uthando noma akasakuthandi?🤷

Angizwe uvolwakho

Isitimela Sothando 22:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

27/04/2023

Topic: Uma umuntu wakho ekujabulisa ekamereni bese engakujabulisi ngendlela eyanele noma oyfisayo 🤦uyakhona yin ukumtshela noma ufela ngaphakathi ufise ukuphuma kulolothando?🤷

Angizwe uvolwakho

Isitimela Sothando 23:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

26/04/2023

Isitimela Sothando 23:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

sakho
Ukuph nendawo

26/04/2023

Topic: Yini eyenza ukuthi umuntu weslisa uma aliwe umuntu wesfazane agcine embulala engamukeli isimo sokuthi kuphelile ngoba umuntu wesfazane uma aliwe umuntu weslisa akenzi lutho kuye?🤦

Angizwe uvolwakho 🤷

Isitimela Sothando 23:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM

28/03/2023

Isitimela sothando 22:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 97.0 FM



Igama nesbongo nendawo okuyo

28/03/2023

Topic: Usebudlelwaneni nomuntu wakho mhlampe awunawo amandla okuthi umlobole bese ucc lo ethi uzokunik imali yokuthi uyovela kubo umlobole ungavuma?

Wena cc uma ukushada ukuthanda ungamnika umuntu wakho imali uthi akakulobole?🤷

Unganqabelani noma ungavumelan🤦

Angizwe uvolwakho

Isitimela sothando 22:00 to 01:00 with Samke Ngwenya 💕 Zululand 97.0 FM

Address

Nongoma

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Samke Ngwenya Zululand 97.0 FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Samke Ngwenya Zululand 97.0 FM:

Share