09/09/2026
Ushukela obrown + R10 oyiphepha❤️🙂
Thatha imali eyiphepha like R10 fold it towards you 3 times. Ufake eglassini empty, ufake 3 spoons of brown sugar. Mese ubeka ewindini to absorb the moons energy ebusuku.
Ngesikhathi uyibeka ewindini uyakhuluma usho yonke into oyifisayo empilweni yakho noma ofisa kwenzeke.
Ngakusasa ekuseni, uchithe ushukela egcekeni as giving thanks for the blessings that are on the way.
Imali uyigcine on your wallet for inyanga yonke as your lucky charm😍 Ngosuku lokugcina enyangeni uthenge ngayo yonke leyo mali to keep the energy flowing, ubonge konke okuhle okwenzeke empilweni yakho.
Wenze ngokuthemba nokukholwa, i assure you uzoyibona imiphumela emihle❤️
Ulindele ke ukuthi kuzongenzeki lokho okucelile kodwa kwenzeke okunye but nakho okuhle❤️
UNGAWAFAKI AMANZI EGCLASSIN😁