24/10/2012
Sizwe sakithi!
Sanibonani.
Kulabo esebejoyinile i Sibiya Families Union (SIFAU) noma abajoyina ngaphansi kwe Sibiya Families Investment Group (SIFAINGRO), ngicela ningiphe imininingwane elandelayo:
1. YOUR NAME & SURNAME :
2. YOUR MEMBERSHIP NUMBER:
3. PLACE/TOWN WHERE YOU STAY
4. PLACE/TOWN OF BIRTH:
5. ARE YOU EMPLOYED?:
6. ARE YOU LOOKING FOR A JOB?
7. WORK-EMAIL ADDRESS IF WORKING:
8. ARE YOU A STUDENT?
9. NAME OF SCHOOL IF STUDYING:
10. WOULD YOU LIKE TO BE PART OF OUR COMMITTEE?:
11. CELLPHONE NUMBER:
12. HOME TELEPHONE NUMBER:
13. WHEN IS YOUR BIRTHDAY?
14. SEND ME 5 OF YOUR PHOTOS FOR THE WEBSITE:
Ngicela nithumele ku:
[email protected] or [email protected] NOMA nisebenzise enye yama Fomu akuwebsite: http://www.sibiyafamiliesunion.co.za
Bese ngicela amavolontiya ayishumi (10) ukuthi eze ngaphambili ukuze bazongibambisa lomkhankaso. Noma ngubani ofisayo ukusiza ngicela uthumele i message ukuze ngikwazise ukuthi omunye uzokwenzani, omunye enzeni. Mina ngisahlanganisa okunye enizokubona maduze mayelana ne SIFAU.
UNITY IS THE POWER!!!
Unifying all Sibiya families in order to rebuild its nation