UJu Zulu short stories

UJu Zulu short stories ✨ Enjoy while it last ✨

12/12/2022

EMFULENII INSEZI

Kusendaweni yaseDumbe Bude duzane no mfula omkhulu u Nsezi okwakumfula omkhulu kakhulu lapha eDumbe futhi nomphakathi kuyilapho othola khona amanzi Kanye nemfuyo yabo .. bephinde bedobe Khon fthi okuyizinhlazi .

Ekuseni kusampondo ziyaphuma nangu umfoka Mzimela u Sgegethe ozalwa u Goldfinger Mzimela Kanye no Nomagugu (Jobe) Mzimela
Nangu u Mzimela ebheke elawini like Sgegethe " hawu we Sgegethe ikhona kodwa indoda engalala ilanga lize lingene shiiiqe phakathi ayi s**a awuvuke Wena uyise lezinkomo emadlelweni wenzani lomfana madoda ungenwe yini Wena mfana " kubhoka u Mzimela ngolaka avuke u Sgegethe esethatha eyeka nayi phela inkanyamba ewuyise isibhokile wathatha izijabo zakhe. Nezagila zakhe ezimbili aphume esexega ebheke ngasesibhayeni evulela izinkomo zakubo wathi eseyophuma ngesango nangu unina umaJobe emujaha ngogalaza wesipakupaku esinamahhewu " Awu mfana wami mina thatha Lana Nkosi ungabulawa inhlala lapha ezinhlanhleni no yihlo uvele akujijimeze nje ungasadlanga ngisho nomdokwe ". Kulungile mama imina okumele ngisheshe ngizilungiselele ngivuke kusane sikhathi ungabeki icala ubaba we mama kuphawula u Sgegethe.

Abe eseyoshona u Sgegethe eseqwala intaba ebheke ngasesizibeni. I Nsezi efuna ukuzidobela izinhlazi ebegadile ngapha imfuyo yakubo eshi ebehamba eyohlanga ngabanye abafana akelusa nabo izinkomo bebheke ngaze mfuleni beqalise becuphe izinfish beqaphe nezinkomo kuthena kuzenjalo savele sacweba isiziba kwangathi asisanyakazi sathula duh baziqhubekela nokudoba benganake lutho uthena u Sgegethe ephose amahlo ngapheya abone kungathi kunomuntu ovele ngekhanda emanzi kodwa kungathi akaboni Kahle kungathi kodw umuntu wesifazane. Aqwebe oyedwa wabangani bakhe obeseduze kwakhe ethi uyamkhombisa uthena ephakamisa amahlo emkhombisa ibisingekho lentokazi Kade ivele ngekhanda ngaphesheya kwesiziba . Awu Sgeh mfana omdala kwenzenja buka uyangiphazamisa bayangidla ofishi Lana Wena uyangiqhwebela ubala kwenzenjani. kuthena kuyenjalo Babona ngenkomo isivela ngesimpondo phakathi nesiziba babaza ibhadi bazama ukungena bethi bafuna ukuyihlangula kwasho khona ukuthi isivele yaphela khona Lana esizibe u Sgegethe wayethatha ebeka kwazise bekuyinkomo yakubo phela Lena engene Emfuleni fthi ilena eyikhethelo kuyise akazi yoyibeka kanjani Lena kuyise ngoba uyomuhla amafele uMzimela unolaka Kabi phela .

Mbhali: Mthokozisi Njabulo Nxele ✨💎

Send a message to learn more

11/12/2022

THANDOLESONO
ISIGCAWU-01
KusendaweniyaseQakwinibudeduzenoMtubatuba
ekusenikusampondoziyaphumananguuNtozakheKhoza
ushayaumloziugodleuDonkanawakhelanauhamba
ephundlaihlahlaujabulileimpelaunkabilona"ekhuluma
ngayedwa"akusensukuzatshwalasibendawonye
nesthandwasamiuNomafuawukodwaumaGumede
wamiAyiyinhleinganeyabantuiyabukisakukhuluma
uNtozakheuhambanjelaphaulimangisekumemulo
wakwaMswelilaphobemulisaindodakaziyabou
NomaqhikizaMsweliAbebengabanganenoNomafu
GumedeothandananayeNoNtozakhelouyahambanje
uyohlanganaezinsizwazasesigodinisangakuboOphathe
kubhekwekhonakaMsweliizinsizwazazivunule
ziyikazeleziphetheizihlanguzazoezinyezishoukuthi
namuhlaelamanqamu.Iyobhekanangeziqhuzamehlo
khonaabayohambaamakhandaebomvukebhukudela
osefikekhonaezinyezishayeisisokazifunaukodlisela
ezintombinizasesigodinisaSebhunganeuNtozakhenaye
wayekuloleluviyonayeevunuleeyikazela.Lisho
necilongolaphaeviywenilivusausingakwabanye
ubabonasebephumelaecelenibegiyebegiyebebuyeleeviyweni.
LaphakwaMsweliOmamababephithizelabebamba
beyekazishoizintombingehuboendliniyangenhla
zilindeleukuphumaziyeesigcwawinilaphokuyosinelwa
khonakwasekuphithizaimpelanamalungaomphakathi
engenaengenileezothamelalomcimbinamakhehla
ehlaleleumancitshanawokhambaehabulaisizulu.Awu
zasezithelekileizinsinsizwakwabamnyamaingceke
Zafikezahlukanangezigodi.Laphaendliniyangenhla
uNomafubenoNomaqhikizabayashwashwadalapha
endlini.Wemnganiwamiawungitsheleumaucabangau
Sakhimuziumaucabangauzobekhonanjephelaangifuni
ukuzitholasengithathaumkhontowakomalume
sengiwuhlomakulendodaengikhethelwaabazalingoba
nakhuinothile.Sacelawenzeisiqinisekoukuthiu
Sakhimuziukhonalaphaesigcawinidade"Kuphendule
uNomafu"Khulekanganeyakwethungizowenza
isiqinisekongizos**alaphasamuntuoyozikhululaBese
ngiyakuNtozakhehlezeuzenabokuleliviyolasoPhathe.
"kuthatheuNomaqhikiza"Ngyabonganganeyakwethu
sesobonangalesosikhathikengizombhekangamehlo
laphaezixukwinizabantuisthandwasamibakithi.�

Address

Empangeni Street
Durban
3886

Telephone

+27649920367

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when UJu Zulu short stories posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to UJu Zulu short stories:

Share