27/06/2025
Omunye Wayecabanga UKUTHI Ngoba Ngithandana naye ngeke Sphinde sihlukane 😭💔Wayengiphathisa Kwe Tissue😑 Ebukisa Ngami 😔Nakubangani Bakhe. Wayazi yonke into Ngami ingekho into engimfihlela Yona .lokho wayekusebenzi against me 😟ekungehliseni isthunzi Ngoba ebona ngathi akekho Ongathanda 🥺🥺mina or ngimshiye 💔💔Ngoba wayebona ngathi ngihluphekele ukuthandwa Nguye as khona I favour Angenzela Yona 😏Ubona nje UKUTHI kwanami angisaziwa nokuthi ngiwubani kuloluthando kuba uyena oshaya imithetho imehlule enza noma ikanjani, Sometimes bekufona😑 amantombazane/ abafana ethi abangani Bakhe Ngoba Vele Wayazi UKUTHI mina ngizilungele ngeke ngim'lwise Nakancane🥺🥺😏
Angifuni Ukuqamba Amanga bese ngingajabulile neze 😭😭nge Relationship💔💔 yethu Ukuthanda💗🫀 Yebo Kodwa Indlela ebengiphatheke 😏💩Ngayo Yazi bese ngehlile nasemzimbeni👽 Ngizama Ukudla Kungadleki Bengibuza Abantu UKUTHI Ngincishishwa Yini Ngizibe ngokuthi "ukukhula kwabantu akufani" kuhlekwe lokho ,kodwa ngaphakathi ngilazi iqiniso😭😭Today Ngithathe Is'nqumo Sokushiya ,Kwasa Ngokunye
Is'fundo Asibathande Sibanakekele Uma Usenethuba Lokuthandwa or lokuthanda Ungadlali Ngalo .UKUTHI uyakwazi ukubekezelela Ushidi Wakho Lokho Akusho UKUTHI kumele Wenze Noma Kanjani Umuntu Naye Unenhliziyo Ephukayo 🫀Ngawe uwedwa💔 , Today kunabantu Abalahlekelwe Imishado Yabo, Abalinyazwe Abantu Akade Bethi Bayohlukaniswa Ukufa Nabo Kwi Relationship Kwavuka Ubunsizwa /Ubuntombi Bahlukaniswa Ubufebe😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔