Gadafu mfula ongashi siyasiza ngamakhambi esintu 0820941289

Gadafu mfula ongashi siyasiza ngamakhambi esintu 0820941289 siyelapha ngamakhambi esintu

04/09/2021

vula impumelelo yakho

1.mwelela

Geza 3 days ufake iskhiye phakathi uma ngosuku lwesi thathu hamba uyisiphonsa emfuleni.

04/09/2021

VULA INHLANHLA

1.nhlanhlemhlophe
2.mavula kuvaliwe

Hlanganisa ndawonye ugqume uphalaze 7 days ufake i R1 phakathi ngenkathi ukwenza lokhu kuyovuleka inhlanhla.

03/09/2021

AMEN UMA UNENKINGA YESTHUNYWA ESINGAHLUMBULUKILE LUKHONA USIZO LWAKHO . FOLLOW US ON A PAGE .

09/08/2021

AMEN BASAPHILA ABANTU LAPHA EKHAYA . .

20/03/2021

AMEN DALA YAGCINANA AKE UBAMBE IKUNCANE IKUZOKUGCINA IMA UNEMIMOYA INGEZI KAHLE KUWE

1.sukela elimhlophe
2.mpepha kancan
3.sawoti omahhadla
4.mlotha wamandiya

Hlanganisa ugqume ugeze 5 days ngyozwa ngawe

Mfula ongash

Amen

31/12/2020

AMEN UMONA
AKE SKHULUME NGALENDODA OKWAKUTHIWA NGUMONA

HLONGWANE WAYE NGU MONA IGAMA LAKHE

LENDODA KWAKUYINDODA EYAYIZIHLUPHEKELA KODWA IKHONZE KALHULU UKUTHANDAZA KWATHI NGELINYE ILANGA ITHANDAZA NKOS BABA NGISACELA UKE UNGIPHE KONKE NAMI NGIPHUMELELE WAPHENDULA UNKULUNKULU YEBO NGYAVUMA CELA KUBE KUNYE OKUFUNAYO NGIZOKWENZELA KODWA WAZI UKUT OZOKUCELA NGIZONIKA NOMAKHELWANE WAKHO SEKUPHINDEKE KABILI . YACABANGA UKUTHI UMA NGICELA I MILLION UMAKHELWANE UZOTHOLA 2 MILLION AYEKE APHINDE ACABANGE NGICELA I BUS ABONE UMAKHELWANE UZOTHOLA AMABILI AYEKE ATHI UNKULUNKULU KHIPHA IHLO LAKHO ELILODWA WABUZELA PHEZULU NOMAKHELWANE NIZOWAKHILHA OMABILI

WANCAMELA UKUHLUPHEKA QHA NJE UMAKHELWANE WAKHE AZOCINDEZELEKA LENDODA UMONA YASHIYA IMBEWU EMBI EMHLABENI UMONA UMLANDO WEGAMA LOMUNTU OWAYEHLUPHEKA ENOMONA INGAKHO NJE ABANTWANA BAKA MONA KABAPHUMALELI

GAMA LENKOS MALIBONGWE !!

MFULA ONGASH................

09/12/2020

AMEN . AKE SILWE NEZIGADLO ZABATHAKATHI IZICHITHO EGAZINI NAWE UKE UBE NGUMUNTU

1.nukani
2.dungamuzi
3.mkhondwe

le uma uzoyihlanganisa ungangeni nayo ekhaya ayingene seyihlangene bilisa lomuthi ungethuki uma kushintsha izulu yenza isphungo sakho uyaphuza kota yemaki ekseni emini ntambama ngyaktshela la ziyafa zonke nsebenzo zabathakat uzoba ngumuntu nawe nje nga banye .

23/11/2020

AMEN ASISIZE ABATHI THINA IMALI IYASILAHLEKELA ASIYIBONI IPHELELA EZANDLEN ABASONDELE NGAPHA

1.nyawo lwehhashi (uluhwaye)
2.mlotha wasekhaya
3.sawoti olumahhadla

hlanganisa ndawonye okugoqe nge plastikana faka eskhwameni sakho semali imali izohlala ingayindawooo amen

14/11/2020

AMEN KUVALEKILE KONKE EMPILWENI AWAZI KUVALEKEPHI AWUNAYO NEMALI YOKUYA KUMELAPHI UYOHLOLA YENZA KANJE

1.iqanda lenkukhu
2. mcako omhlophe (ukhe 1 spoon)

phihlizela leqanda endishini faka umcako uphehle kakhulu ngesandla kuze kuphakame igwebu khuluma lapho usho akuvuleke izindlela zakho

11/11/2020

AMEN . SITHI UMA SILELE SIFUNDISWE . VALA UNGADLISWA

1.mdlangwenya
2.amafuthengwenya
3.itshele lomfula ulihwaye kancan

gcaba umzimba wonke mebekulethela ukudla okunomuthi kuyoqhephuka ama puleti.

06/11/2020

SHAYA ISITHA ESIKUTHUMELELA NGESILWANE

1.MAPHIPHA
2.NUKANI
3.MHLAKAZA

HLANGANISA NDAWONYE NAMANZI ANTUKUNTUKU THOLA IMIKHONTO 2 BESE YANGIFONELA.

06/11/2020

KWEZALWA WEMBETHE WEMBETHE ISPHIWO LAPHO YISO NJE QHA ESIFUNA KULANDELELWA YEKA INGUBO UNGAMOSHI ZIMALI WENZA IMISEBENZI YOKWEMBULA NOKUBUYISWA KWEZINGUBO LENTO IKUWE NOMA BANGAYINTSHONTSHA ABAYITSHOTSHA AKUSHO LUTHO ISPHIWO NGESAKHO NGESAKHO ANGEKE BESENZE LUTHO LUNGISA INDLELA YESDALWA SAKHO SIZOYVULA INDLELA KUNGABI MNYAMA UNOMPHELA . . UPHATHISWE MSEBENZI ONZIMA KAKHULU EMHLABENZI ..

NKOS YOMUSA INIBUSISE AMEN

Address

Durban
P.OBOXDURBAN

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gadafu mfula ongashi siyasiza ngamakhambi esintu 0820941289 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share