SA JOB opportunities

SA JOB opportunities Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from SA JOB opportunities, Consulting Agency, Durban.
(1)

Nali I Garage u Astron Energy ose KZN e Richmond♥️🔌😊 bayaqasha badinga I kitchen staff😊♥️ama applications ahanjiswa nge ...
11/06/2026

Nali I Garage u Astron Energy ose KZN e Richmond♥️🔌😊 bayaqasha badinga I kitchen staff😊♥️

ama applications ahanjiswa nge email:
[email protected]

Thumela i cv yakho masinyane♥️.
nginifisela inhlanhla ♥️

Biza uthisha omaziyo futhi azobheka ngapha nanka ama post ♥️🔌😊 nginifisela inhlanhla
11/06/2026

Biza uthisha omaziyo futhi azobheka ngapha nanka ama post ♥️🔌😊 nginifisela inhlanhla

u boxer ose Phoenix Plaza uthatha Ama cv kuymanje♥️😊🔌 I Closing date abayifakanga. abaseduze abaphuthume khona🔌 nginifis...
11/06/2026

u boxer ose Phoenix Plaza uthatha Ama cv kuymanje♥️😊🔌 I Closing date abayifakanga. abaseduze abaphuthume khona🔌 nginifisela inhlanhla ♥️

Sibongele umunye wethu🥳😊 wangi WhatsApper last week Monday wathi selokhu asebenzisa u JobJack lutho ukuthola ama intervi...
11/06/2026

Sibongele umunye wethu🥳😊 wangi WhatsApper last week Monday wathi selokhu asebenzisa u JobJack lutho ukuthola ama interviews♥️ ngamulungisela I profile yakhe. namhlanje ubuya nezindaba zokuthi uthole I interview ka PEP♥️ syabonga kakhulu🥳.

Kwabadinga ama service yethu sikhona:
( PLEASE NOTE WE ARE CHARGING A FEE FOR THESE SERVICES 🚨
* Professional Cv
* Cover letter
* JobJack Profile apdate
sithinte kle number 060 483 5981 ( WhatsApp only). Le number eyabantu abadinga ama services ethu kphela🙏♥️

abase Durban nayi I Learnership yaka Edupower♥️ uphatha ama documents uyekhona bafike bakwenzise I interview♥️ kmele ufi...
11/06/2026

abase Durban nayi I Learnership yaka Edupower♥️ uphatha ama documents uyekhona bafike bakwenzise I interview♥️ kmele ufike between 8 -11 ekseni.
Age 18-27

nayi I Address yakhona: 245 peter mokaba Road Morningside.

nibafonele nibabuze yonke imibuzo. nayi I number yakhona: 031 396 7124♥️

🚨 Waffle on Cafe bayaqasha😊♥️ balapha e  108 Woodview Drive, Phoenix(Next to Astron Garage)badinga labantu👇- Kitchen Sta...
10/06/2026

🚨 Waffle on Cafe bayaqasha😊♥️ balapha e 108 Woodview Drive, Phoenix
(Next to Astron Garage)

badinga labantu👇

- Kitchen Staff
- Front Manager
- Manager
- Junior Manager
ama Cv ahanjiswa nge email 📧 👇

📧 Email your CV to:
[email protected]

Alternatively, hand deliver your CV to:
108 Woodview Drive, Phoenix
(Next to Astron Garage)

Closing date abayishongo. Thumela I Cv ASAP.

Nginifisela inhlanhla ♥️ 😊

10/06/2026

Ka Pack N stack ( PNS) okuyinkampani eqashela izitolo o Merchandiser♥️ Bakhiphe I Learnership ♥️kwenziwa ama interviews Emhlanga eksen ksasa ( 11 June 2026) ngo 8.
* Age: 18 -26. if sowna 27 ungazixaki ngeke bakuthathe nhlobo🙏.

uphathe lokhu♥️👇
*matric with maths/lit 40%pass,
*ID Copy
*SARS tax
Stipend R3 200.

address:👇
Frosterley office Pack, Lalucia Ridge Umhlanga Durban 4051

nginifisela inhlanhla ♥️

Biza umuntu one teaching qualification omaziyo azobheka ngapha nanka ama post aphumile ase KZN😊♥️🔌ama post ase Newcastle...
10/06/2026

Biza umuntu one teaching qualification omaziyo azobheka ngapha nanka ama post aphumile ase KZN😊♥️🔌ama post ase Newcastle eyodwa ise Durban♥️ nginifisela inhlanhla ♥️

Kwabase South coast abane Caregiver abayifunde e mooi hawens naba bayaqasha♥️😊🔌 phuthumisa I Cv yakho khona♥️.Closing da...
10/06/2026

Kwabase South coast abane Caregiver abayifunde e mooi hawens naba bayaqasha♥️😊🔌 phuthumisa I Cv yakho khona♥️.

Closing date: 22 June 2026. if awuyifundanga khona I caregiver yakho ungazixaki♥️

Sibongele nangu ubhuti useqashiwe ka Assign services okuyi Agent♥️😊 uzosebenzela Durban e ngase King Edward. Wangi Whats...
10/06/2026

Sibongele nangu ubhuti useqashiwe ka Assign services okuyi Agent♥️😊 uzosebenzela Durban e ngase King Edward. Wangi WhatsApper wathi ucela ngimenzel I professional Cv, ngamenzela. wafaka ama applications. namhlanje usebuya nezindab ezimnandi😊♥️

Niqhubeke ni applyer kuma post esiwafakayo♥️ kwabadinga ama professional Cv. Bangasithinta ku whatsapp 060 483 5981 uhlale odabeni. "PLEASE NOTE WE ARE CHARGING A FEE FOR THAT SERVICE🚨. le number eyabantu abadinga I service yethu kphela♥️ 060 483 5981.

nginifisela inhlanhla niqashwe nonke enikeleli page♥️🙏

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when SA JOB opportunities posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share