Sandile Majozih

Sandile Majozih I

08/11/2022

πŸ•― πŸ•― πŸ•―
Kuzona zonk'imbongi nakubo bonk'osonkondlo ngalesbani ngithi izindlela zabo azikhanye kukhanye konkeπŸ™

22/05/2022

Gud morning
Nibe ne Sunday enhle
πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

10/05/2022
12/08/2021

Shiya I number yakho Ka whatatapp la
Uma unesifiso sokuzwa izinkondlo zika Sandile Majozi

26/07/2021

Esegikufundile ngomuntu wesifazane:Banama moods
>Majita kumele siku understand ukuthi abantu besifazane banama moods umuntu uke ecikeke nje kungonakele lutho eshintshe esithubeni luvele lugcwale nje ulwandle esithubeni kungonakele lutho

i)Ungamuthethisi
Uzomuthethisa ephume ngaphandle ethole abazokhuluma kahle naye abazomubiza ngamagama amunandi
bese ekushiya kanjalo

ii)Ungamushayi

Ungalinge uze umubeke isandla
Ungakhohlwa phela akuyona ingane yakho le u partner wakho Mudala noma ngabe ukucasule kangakanani kodwa ungamushayi ngoba uzophuma la ngaphandle ekhala efike ethole abazomuthulisa usale ukhamisile

iii)Ungamuthuki

Ungalinge ukhiphe igama elilumelayo noma eliyinhlamba ngoba uzomuthuka ephume la ngaphandle khona abazomuthakazela bemuncom'ubuhle bakhe ekushiye kanjalo

Bafethu umuntu wesifazane udinga ukunakwa uba nesikhwele mawungasamunaki yena ezibuze ukuthi mayengasanaki mina unaka Bani?
Angisho ukuthi nami ngi perfect ngikhuluma ngoba nami sengike ngawenza amanye amaphutha kodwa ngifundile kuwona ngakhoke bafethu asibathande sibahloniphe sibanakekele
Noma ngabe uyamubona umuntu wakho ukuthi ouk sekumuvukile okungcono muzibe uzobuya yena maseliphelile Iconsi uzobona uzohlezi ekuhlonipha❀️❀️❀️

04/07/2021

INKINGA UKUTHI
OTHANDWENI SITHOB'INHLIZIYO
EYIPHULWE NGABANY'ABANTU
SIYITHOBEL'UKUTHI ZIYOJABULIS'ABANY'ABANTU QEDE ZIPHUL'EZETH'INHLIZIYO

Sms HAMA BEST IMBONGI SANDILE MAJOZI(ngamagama amakhulu )Kuyinombolo ethi 40439πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™
29/06/2021

Sms HAMA BEST IMBONGI SANDILE MAJOZI
(ngamagama amakhulu )

Kuyinombolo ethi 40439
πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

09/06/2021

sms HAMA BEST IMBONGI SANDILE MAJOZI

ku 40439
(Ubhala ngamagama amakhulu kuphela Uma uvota

Address

Ndabayakhe
Empangeni

Telephone

+27725144570

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sandile Majozih posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Sandile Majozih:

Share