Izinkondlo za malusi cele

Izinkondlo za malusi cele Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Izinkondlo za malusi cele, Business service, P. o box eshowe 3815, Eshowe.

19/09/2021

Umuntu umthande
Umnike lonke
Uthando lwakho
Akushiye ungathandeki

Uthando lwakho
Ebe walifica luvutha
Amalangabi Koda mese
Ekushiya wenza sure ukuthi

Ukushiya uzondwa yiwo
Wonke umuntu Koda wn
Umthandile wamnika lonke
Uthando obeludinga

19/09/2021

Usumshayile
Usumbulele useyakhala
Lezozinyembezi akuwona
Amanzi agcwele usawoti

Futh nalelo gazi
Alikho bomvu mahhala
Kepha likhomba ukuthi nezono
Zakho ziyakuba njn

Usubushonisephi Ubuntu
Usuphenduke inswela boya
Uyeba, uyabulala
Kodwa liyeza elakho ilang
Libambe lingashoni

Address

P. O Box Eshowe 3815
Eshowe
1111

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izinkondlo za malusi cele posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share