Ezenkolo no mabhutiza

Ezenkolo no mabhutiza Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ezenkolo no mabhutiza, Business service, Santombe location, Harding.

Amen bangcwele Mina ngungumuntu okholwayo ngisungule le page nje inhloso Yami kuwukuthi ngixoxe ngezimoto ezakhayo neziphilisayo eziphathelene nezenkolo amen ngyabonga

14/02/2022

Amen bazalwane iniphathe kahle I weekend Uma sikhuleka kunkulunkulu uzosisiza ezinkingeni zethu amen

22/01/2022

Amen bangcwele kuyajabulisa Uma niphila

29/06/2021

Amen bazalwane ngithanda ukuthi Uma sizolala sikhuleke noma sivuka sikhuleke futhi ukuze unkulunkulu asivikele esimweni esiphila kusona amen

25/02/2021

Amen bathandekayo enkosini masikhulekeni ngamandla sikhulekele isimo esiphila phansi kwaso njengaManje

03/02/2021

Amen bathandekayo enkosini kudingeka sikhuleke ngamandla sikhuleke sengathi siyaqala kunzima ezweni
Sakhile kuyafiwa ngapha nangapha gudnyt bangcwele

20/01/2021

Baphela abantu icorona saze safa asikhulekeni unkulunkulu asisize Kanye nemindeni yethu awuuu Nkosi jesu

Ukuthula akwande ezweni lonke baphile abantu kuthi nezifiso abazifisayo unkulunkulu abaphe zona NGO Kristo ujesu eyinkos...
09/10/2020

Ukuthula akwande ezweni lonke baphile abantu kuthi nezifiso abazifisayo unkulunkulu abaphe zona NGO Kristo ujesu eyinkosi nomsindisi amen

Amen bangcwele sasise nkonzweni emlazi ke la abakwethu ke Laba ama United Holly church of happiness eharding esantombe l...
24/09/2020

Amen bangcwele sasise nkonzweni emlazi ke la abakwethu ke Laba ama United Holly church of happiness eharding esantombe la siphethwe khona
Siphethwe u professor u doctor archbishop Mthethwa ngyathokoza Uma sihlangene 🙏🙏🙏

Amen bangcwele niyaphila kodwa mina inkosi isangigcinile
27/08/2020

Amen bangcwele niyaphila kodwa mina inkosi isangigcinile

10/08/2020

Ngyabonga Lela kwabangcwele egameni likajesu wase nazaretha amen ayibongwe inkosi

23/04/2020

Mathew 16vs18 pezukwalelidwala ngyakulakha ibandla lami amasango ehayidesi ngeke angahlula amen bangcwele

23/04/2020

Address

Santombe Location
Harding
4680

Telephone

+27732115570

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ezenkolo no mabhutiza posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share