Highflats And Ixopo Classifieds

Highflats And Ixopo Classifieds Leli page elezindaba zase Mzansi akuncengwana sixova kuxoveke kolamula ithuna❤🇿🇦❤🤝🏾✊🏽

05/09/2026

Kwaze kwalula bo 😳 sicela abe uMongameli uMalema

Uphawu lama phoyisa phecelezi "badge" inobusathane 🔱lemfoloko isho ukuthi siyahlaba siyadla igazi 😏 kanti lokhu ukumise ...
05/09/2026

Uphawu lama phoyisa phecelezi "badge" inobusathane 🔱lemfoloko isho ukuthi siyahlaba siyadla igazi 😏 kanti lokhu ukumise okwe Aloe "kufana nolusifa uqobo😈 iningi lizokuphika lokhu kodwa kucace bha yingakho kunobugebengu nokuchitheka kwegazi ngaphakathi esiphoyiseni🔨

Ubani oqhamuka nale "badge"....🤔
Highflats And Ixopo Classifieds

Inkokheli yeEFF uMalema uthi kumele abantu abadala bahole R4500 kanye nomama boEnzo🚩waphinda wathi abantu kumele baphuze...
05/09/2026

Inkokheli yeEFF uMalema uthi kumele abantu abadala bahole R4500 kanye nomama boEnzo🚩waphinda wathi abantu kumele baphuze amanzi anempilo hai lawa aphuma ezimayini.

Asazi ke ukuthi noyithathaphi inkokheli enithanda kanje bahlali🫣
Highflats And Ixopo Classifieds

05/09/2026

Ulaka olungaka kodwa😫

Kuthiwa udinwe uyaveva uDj Mapressa waseZimbambwe uthi umfowabo kaKhuzani uThibela bekumele angalubhadi estage ngoba ude...
05/09/2026

Kuthiwa udinwe uyaveva uDj Mapressa waseZimbambwe uthi umfowabo kaKhuzani uThibela bekumele angalubhadi estage ngoba udelele abantu bakwaBulawayo wababiza ngamashona bonke 😳isizwe samaNdebele simusekile uDj abanye bathi..✍🏿

🗣️ "abantu base Zimbambwe iziphukuphuku bavumela yonke into eshiwo amaZulu mase beyasineka"
Highflats And Ixopo Classifieds

05/09/2026

Awubuke idolobha lama drug dealers🇳🇬😳

Kuthiwa undunankulu wase Limpopo Dr Phophi kanye noLt General Jan Scheepers baziyele bona mathupha beyobona lapho kweqa ...
05/09/2026

Kuthiwa undunankulu wase Limpopo Dr Phophi kanye noLt General Jan Scheepers baziyele bona mathupha beyobona lapho kweqa khona amaZimbambwe ezongena kuleli ngokungemthetho kanye nezimoto ezitshontshiwe kuleli ezeqa umfula kusetshenziswa iziklebhe nezimbongolo✍🏿

Okubashiye bemangele ukuthi abaqaphi bemgcele iBMA bakubeke kwacaca ukuthi amaphoyisa aseZimbabwe yiwo kanye asiza amasela ukweqisa izimoto😳 (zizwele🎥)
Highflats And Ixopo Classifieds

05/09/2026

Wagaxela uMadam Jane kuthi 🗣️"what you"

Izolo isimo besisibi eKapa lodumo bekuphephuka wena sdudla wena slenda🌬️ abanye bathe sinamanga ngoba bakholwa ngokubona...
05/09/2026

Izolo isimo besisibi eKapa lodumo bekuphephuka wena sdudla wena slenda🌬️ abanye bathe sinamanga ngoba bakholwa ngokubona.njengo Pilatu 🌪️

Inkani iyaphela la noma ngabe uyisgora kanjani
(isgameko 🎥 kucomment)
Highflats And Ixopo Classifieds

Izolo besithi siyanibikela ukuthi ningasazihluphi ngokufana leli bhoklolo lomfana elalifuna ukushaya umuntu omdala lapha...
05/09/2026

Izolo besithi siyanibikela ukuthi ningasazihluphi ngokufana leli bhoklolo lomfana elalifuna ukushaya umuntu omdala laphaya koPitoli🚩uboshiwe nabangani bakhe bashaya balimaza ubaba omdala oqhuba isthuthuthu bomephula ishoulder bakluntshula nesandla ngenkathi ebebuza ukuthi bamthelelani ngamanzi😏

Kwabangamazi yilona owathi🗣️"ngizokubonisa umqundu boi" abalandeli balekhasi basho bathi lona uzofa noma uzophelela ejele akuphelanga neviki usephakathi⚖️🔨 (isgameko 🎥 kucomment)
Highflats And Ixopo Classifieds

Address

Ixopo

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Highflats And Ixopo Classifieds posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Highflats And Ixopo Classifieds:

Shortcuts

Share