Baba Ka Ayae

Baba Ka Ayae Bringing the world to you LETS SEE HOW MANY CAN LKE THIS PAGE IS ALL HUMOUR.....

11/12/2025

Akelibuze uJovis ukuthi kwenzakalani e Hilbrow Police Station

Kanisho........
06/12/2025

Kanisho........

Someone's pillar of strength Osbali benu
05/12/2025

Someone's pillar of strength

Osbali benu

Me everytime mangikhuluma indaba zabantu
05/12/2025

Me everytime mangikhuluma indaba zabantu

26/11/2025
25/11/2025

25/11/2025

Eish angazi noma ngifanele ukuyixoxa yini le ngoba angikaze nje ngiyixoxe.
Ngangisebenza kwelinye lamagarage elithela ufuel lapha ESandton.
Kwakukhona usisi owayeshintsha njalo imoto ezibizayo njalo ethela ifull tank kuphela. Sasmthanda sonkeni singabasebenzi ngoba wayesinikeza itip njalo uma ethele ifuel.
Sizibuza ukuthi kungani ehlala ehamba yedwa kumbe nabangane bakhe abangamantombazane singakaze sibone iboyfriend?
Langalimbi ngathi okungayisikufa yikuphi. Ngathi ngimthelela ngambuza ukuthi uphi umuntu wakho ngoba singakaze simbone sengize ngicabanga ukuthi uyi le***an.
Wathi Kimi akanayo indoda ngoba amadoda ayahlupha futhi anamanga. Ngavele ngathi mina angihluphi futhi anginamanga, sixoxa nje uthi ujahile uya kumeeting ngo10pm. Waze wathi uma ngingathandana naye ngizomvumela ehambe kumameeting asebusuku yini ngoba amadoda sineskhwele? Ngathi ngeke ngibenenkinga ngoba sungitshelile. Wathi asixoxe efonini, washo engishiyela icard lakhe elinamadetails akhe ukuze ngixumane naye.
Ngamthinta ke ngakusasa ekuseni kwakhona sengishayisile emsebenzini. Ngamshela wathi yena uzifunela nje isex nami uthando noo akanaso njengamanje iskhathi se serious relationship. Savumelana ukuthi s obonana weekend ngingasebenzi.

Mmmmmhu bafethu lafika elingaliwayo. Wangihlangabeza ngemoto emall sathenga konke ayekudinga wangibuza ukuthi ngifunani ngamtshela wavele wangibambisa I card lebank wathi angithathe engikufunayo. Ngabutha impahla ezibizayo ngisesaba kodwa ukuthi uzothi sengithethe into ezibiza kakhulu kanti akulutho kuye lokho imali eyayisecardin ngayibona ngeskhathi engitransfeyela imali kwelami icard ngyethuka.
TO BE CONTINUED!!!!

Follow for part 2

📞Siholile mfowethu kodwa bafake R27k only bathi ama bonus azongena next week nalawa ama 12k wethuLadies in the Taxi:
25/11/2025

📞Siholile mfowethu kodwa bafake R27k only bathi ama bonus azongena next week nalawa ama 12k wethu

Ladies in the Taxi:

21/04/2020

Leverage agile frameworks to provide a robust synopsis for high level overviews. Iterative approaches to corporate strategy foster collaborative thinking to further the overall value proposition. Organically grow the holistic world view of disruptive innovation via workplace diversity and empowermen...

Address

Johannesburg

Opening Hours

Monday 09:00 - 18:00
Tuesday 09:00 - 18:00
Wednesday 09:00 - 18:00
Thursday 09:00 - 18:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 13:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Baba Ka Ayae posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Baba Ka Ayae:

Share