Mpiyakhe high school

Mpiyakhe high school nkosi Mpiyakhe high school best education ever Mpiyakhe high school best education ever

14/05/2025

Ezingena ngewindi zithi abakwa dept of Labour sebagasele eMpiyakhe high bafike bathi gede bavala isikole. Kuthiwa isikole asikho esimeni sokufundela abantwana nothisha abaphephile.
Njengamanje abantwana bangondingasithebeni abanye base mall lapha bashibilika khona.
Ubuholi besikole sebumemeze Baze basha izwi bunika inhlupheka yezakhiwo kepha umnyango oholwa umhlonishwa uHlomuka ubashaya indiva umane uthumele ama consultants nje bese kuphela kanjalo.
Lesikole sinezakhiwo ezifulelwe ngo asbestos kwazindonga zina more than 50 years zakhiwa
Umthombo ongavumelekile ukuxoxa nabezindaba uthe kusele u grade 11 and 12 abanye basemakhaya njengoba sikhuluma. Labour awugcinanga ngokuvala ama classrooms kepha ne admin block bathe yerrr....
Sishicilele sisalinde isitatimende sokhulumela umnyango ukuth ithiwani lenkiyankiya , yenqinamba nenxubaxahra ebhekene nesikole.

22/01/2025
2017 MPY
17/08/2023

2017 MPY

24/03/2023
24/03/2023
20/03/2023
31/03/2022

Address

Mbazwana
Mbazwana

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mpiyakhe high school posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share