03/03/2023
IPHUPHO ELIBI (NIGHTMARE)
Ukuhamba kwakho kwangihlukumeza😏,
Ukuhamba kwakho kwangishiya ngikhathazekile😏😨,
Ukuhamba kwakho kwafana nephupho ELIBI😨🥲
Umoya wami waphuka,
Ngathwal imikhono ekhanda😨,
Ngazam ukuziqinisa🥲😨,
Kuyiqiniso kuthi ukuhamba kwakho kwangqinisa🥲,
Ngakhumbula amazwi akho😨,
Ngakhumbula iziyalo zakho😨,
Kod umdali wayengeke esakunika noma umzuzwana nje wokth ngikujabulise🥲?
Ngacishe ngamelwa inhliziy 😨,
Ngadinda isililo usugubuzelwa ingubo yokufa,😨😨
Ebhokisini ngakubuka ngazidelisa🥲😨,
Ngakhala ngazithulisa😨,
Ukufa sekukuthathile😨,
Ulale Kahle,
Amazwi akho ayohlale ephila Kim💯.