GI Media - Pty Ltd

GI Media - Pty Ltd Equiping young aspiring radio and print media personalities on:

-Radio Presenting
-News Reading
-Ra

The company promotes
1.Job Creation
2.Youth in Entertainment Empowerment
3.Drugs free Nation on our campaigns
4.Community Radios Empowerment

โค๏ธ๐Ÿ’…
27/01/2026

โค๏ธ๐Ÿ’…

SnothandoFoundatio||WeCare!!!๐Ÿ”Œ
06/01/2026

SnothandoFoundatio||WeCare!!!๐Ÿ”Œ

20/11/2025

Mtuba Radio Academy In Partnership With Mtuba Radio 104.6 FM๐Ÿค—

Ukwethulela Uqeqesho Kumkhakha Wezokusakaza Lapho Ozobe Ukufundiswa Khona Ngomsakazo Nangazo Zonke Izinto Ezithinta Umsakazo Nezilindelekile Kuwena Njenga Nomsakazi!!!

Loluqeqesho Luzothatha Amaviki Amabili Nje Kuphela Iviki Lokuqala Uzobe Ufundiswa Ngakho Konke Okuthinta Umsakazo Kanti Iviki Lesibili Nokungelokugcina Uzobe Sowenza Ama Practical Uzwakale Emoyeni Khona Kumsakazo uMtuba Radio 104.6 FM!!!

Ukuze Ukwazi Ukuba Ingxenye Yaloluqeqesho Zibekele Indawo Ngo R390 Nje Kuphela Ngeke Uzisole Baningi Abantu Esesibaqeqeshile Kumanje Bakweminye Yemisakazo Khona La Kwisifundazwe Sakwa Zulu-Natal!!!

Ngalowomazwi Ngithi Kuwe Sukuma Uzithathe Ungaphuthelwa Ilelithuba Eliyingqayizivele Phetha Unyaka Ka 2025 Ngegiya Eliphezulu Uze Uyongena Ngalo Kunyaka Ka 2026 Lologiya!!!

Khumbula Maluphela Loluqeqesho Uzobe Ukomeliswa Ngesisitifiketi Esishoyo Ukuthi Ubuyingxenye Yoqeqesho[Certificate Of Attendance]

Ukuqala Koqeqesho Luqala Mhlaka 13 December 2025 Isikhathi Kuqalwa Ngo 09h00 Ekseni Indawo Ezindlini Zokusakaza Mtuba Radio!!!

Ukuthola Iminingwane Mayelana Noqeqesho Ungaxhumana DJ Mthosh Kwinombolo Ethi 073 097 0444 Ikhona Naku WhatsApp!!!


.6 FM


MTUBA RADIO 104.6 FM

11/01/2023

Give your loved ones peace of mind with funeral cover from Old Mutual.
โœ… Valid claims are paid fast.
โœ… Takes care of funeral expenses.
โœ… Education and Grocery Benefits (at an extra cost).

I am your financial advisor from Old Mutualโ™ป๏ธ

26/10/2022

Sanibona uMthobisi Lo Enimazi Ngo Mthosh La Kwa Facebook Guys Ngingumeluleki Wezezimali Ogunyaziwe Wakwa Old Mutual (An Accredited Financial Advisor)

Akuve kubuhlungu Ukudlula Komuntu Omthandayo Emhlabeni Kungaba Umzali Wakho Ubhuti Wakho Ingane Yakho Noma Iliphi Ilunga Lomndeni Ekhaya Uthole Ukuthi Konke Lokhu Kwenzeka Nje Awazi Uzothothani Uhlanganise nani Uze Ugcina Uthatha Imali Yakho Obukade Uyibekile Nayo Futhi Incane Ifuna Ugcine Usungena Komashonisa Ubolekana Nezimali Ezizokwenza Ukuthi Njalo Ngenyanga Kubekhona Imali Ephumayo Ugcine Nawe Ungasakwazi Ukwenza Isdingo Zakho Ngendlela Efanele Nobujwayele Ngayo!!!

Kodwa Ikhona Indlela Elula Yokwenza Izinto Zibelula Mhlazane Unenkinga Yokudlula Emhlabeni Komuntu Omthandayo Zilungiselele Wena Kanye Namalunga Akho Omndeni Ukuze Makufika Izikhathi Zobunzima Kube Ukuthi Konke Kuhlelekile Futhi Lolothambo Lizofihleka Ngesizotha!!!

Nakhu-ke Okungakusiza Kwa Old Mutual!!!

1.Family Funeral Insurance/Cover...

2.Life Cover...

Umangabe Ufisa Ukuthola Ulwazi Lokuthi Ungenza Kanjani Ukuthi Uzithole Ukhavekile Wena Nomndeni Wakho Ngaphansi Kuka Family Funeral Insurance!!!

Ungenza Kanjani Ukuthi Uzithole Ukhavekile Ngaphansi Kwe Life Cover

Ungaxhumana nami kulezizinombolo Ezilandelayo

Ungafona Ku 0765623984
Unga WhatsApp(a) 0730970444

Noma Ungangithumelela Inbox Ngizobuyela Kuwena Ngocingo!!!

Siphila Esikhathini Esinzima Nekusasa Asazi Lisiphatheleni Ngakhoke Masihlale Sizilungiselele Ngasosonke Isikhathi!!!

Ngyabonga๐Ÿ™

19/08/2020

10 & 17 October 2020
Radio Presenting & TV Workshop

Mtubatuba (Rise FM Boardroom)

Book your seat now

(Lunch Free)
Call 0717087130 for more info.


30/06/2020

For Company Registration you can inbox us.

Workshop went very well siyabonga I support ๐Ÿ™
27/06/2020

Workshop went very well siyabonga I support ๐Ÿ™

29/05/2020

GI Media 2020
27 June Mtubatuba (Rise FM)
Radio Broadcasting and Journalism Workshop

Book your seat now.
Seat cost R290 only
Lunch Free
Certificate Of attendance will be issued after Workshop
Closing Date 26 June
Call 0717087130


04/03/2020

GI Media Business Solution

we can help you with company registration ngamanani aphansi call us on 0842311718.


19/01/2020

SNOTHANDO FOUNDATION 2020
2Days Radio Broadcasting and Acting Workshop + Practicals
25 April 2020 (Theory)
02 May 2020 (Practicals)
Venue : KwaMshololo Hall kwaNongoma
Time : 09:00am
Seat Cost :
For more info call DJ Mthosh 0765623984
SNOTHANDO FOUNDATION "We Care"

Address

Mtubatuba

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when GI Media - Pty Ltd posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to GI Media - Pty Ltd:

Share