PS news

PS news Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from PS news, Business service, Mtubatuba.

08/06/2026

Abahambe ngempela manje

Ezibuhlungu....Ingozi eyenzeke laphaya ku N2 ngase Nseleni idlule nemiphefumulo yabantu kule ngozi bekukhona iKhumbi eli...
07/06/2026

Ezibuhlungu....

Ingozi eyenzeke laphaya ku N2 ngase Nseleni idlule nemiphefumulo yabantu kule ngozi bekukhona iKhumbi elisuka e Rank yase Jozini liza eThekwini...

Zibalelwa ku 100 izingane zesikole Sakwa Shukela ezingeniswe esibhedlela ezibe nokugula emva kokudla ama aphula eziwatho...
02/06/2026

Zibalelwa ku 100 izingane zesikole Sakwa Shukela ezingeniswe esibhedlela ezibe nokugula emva kokudla ama aphula eziwathole esikoleni , kuthiwa namhlanje bekungusuku lokudla amasi bese kungezwa ngama aphula okuthiwa yiwo adale ukugula kwezingane ngoba abadle amasi odwa azange bebenenkinga ngokusho kombiko. Lesigameko senzeke namhlanje endaweni yase Jozini kwashukela abazali bazifikele mathupha sebelande izingane zabo .

❗️Ezingenayo❗️Emhlabuyalingana endaweni ebizwa ngokuthi ise Bhambanana, Sektholakale lezinto zichithwe ngase Stobhini ok...
28/05/2026

❗️Ezingenayo❗️

Emhlabuyalingana endaweni ebizwa ngokuthi ise Bhambanana, Sektholakale lezinto zichithwe ngase Stobhini okugibela khona izingane uma ziye Skoleni o Hhoye Secondary, USisi wase Ndaweni Siligodlile igama lakhe

uthi lezinto uzibone manje ekseni, Ama
danono udrink, ama Ghewu, ama Yoghut konke kuvaliwe, akazi noma kuno poison yini, Coz maku Bhekwa idate azika expire and istolo esise Duze nale Ndawo esabantu bokfika, zitholakale ngakwa Mam Makhanya emgwaqen obheke eBhambanaba

Umphakathi awuqaphele kubi!⚠️

Kuboshwe indoda yase China etholakale notshwala obungabiza R3.5 million okusolakala ukuthi buyi fake e Eerste River, Wes...
27/05/2026

Kuboshwe indoda yase China etholakale notshwala obungabiza R3.5 million okusolakala ukuthi buyi fake e Eerste River, Western Cape. Uzovela enkantolo yase Blue Downs.

Sekuboshwe umama wengane ona 33 kanye nomalume olama unina ona 27 kanye nendoda ena 41 nenye ena 43 mayelana nokudlwengu...
27/05/2026

Sekuboshwe umama wengane ona 33 kanye nomalume olama unina ona 27 kanye nendoda ena 41 nenye ena 43 mayelana nokudlwengulwa kwengane ena 6

Isgameko senzeke last week endaweni yase Boysens eGoli... kuthiwa umama Lo ucele indoda ena 41 kanye nena 44 ukuthi basale nendodakazi yakhe yena usayophuza....ingane ithi lamadoda asale ayiphoqa ukuthi ikhothe isitho sawo....kuthe ebusuku bayidlwengula beshintshana

Uthe esebuya e tarven unina ingane yamtshela...unina uyitshele ukuthi ingalokothi itshele Muntu uzobashaya yena labomalume abenze lento...uqede lapho wayigeza ingane wawasha ne penti elinegazi

Ingane ivele yatshela uyise oshade nomunye umama....bavele babiza amaphoyisa... ingane ithe nomalume wayo olama unina kade ayeyidlwengula unina athi ingasho

Ethekwini azivalwe zonke izitolo zabokufika .
26/05/2026

Ethekwini azivalwe zonke izitolo zabokufika .

21/05/2026

Abokufika baseThekwini bathi sekunesikhathi eside besuswa ezindaweni zabo kanti izimpilo zabo seziphazamisekile. Bagcizelela ukuthi bebenokuthula kodwa bayahlaselwa.

Sekuboshwe nangu udokotela owumbombayi lapha eSt Andrews Hospital, eHarding obezibiza ngoDoctor Mhlongo kanti choooo. Ku...
20/05/2026

Sekuboshwe nangu udokotela owumbombayi lapha eSt Andrews Hospital, eHarding obezibiza ngoDoctor Mhlongo kanti choooo. Kuthiwa wantshontsha amascrubs womunye udokotela kwesinye isibhedlela eThekwini wazenza yena. Odokotela bangempela bebelokhu begejana naye emaphaseji bethi uyi-intern kanti cha uzenza udokotela. WuMbombayi, akanawo noMatric lo. Ngikutshela ngesibindi sabantu besifazane ke mina!

UGirl ke njalo sikhuluma nje ubese enendoda yakhe eHarding....ingachomi kanje ithi ijola nodokotela 😂 Ikhona nayo la iyareader

Kushone Umshayeli Weveni Yezimpahla Engozini Ku-R34. Kushone umshayeli weveni ethwala izimpahla (courier van) ngemuva ko...
20/05/2026

Kushone Umshayeli Weveni Yezimpahla Engozini Ku-R34.

Kushone umshayeli weveni ethwala izimpahla (courier van) ngemuva kokuthi imoto abeyishayela ishayisane neloli emgwaqeni u-R34 phakathi kweNewcastle neMemel namhlanje ekuseni.

Ngokwemibiko, abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko kodwa umshayeli wemenyezelwa njengoshonile ngenxa yokulimala okukhulu akutholile engozini.

Imbangela yengozi ayikakaziwa okwamanje, kanti kulindeleke ukuthi amaphoyisa aqhubeke nophenyo. Sidlulisa amazwi enduduzo emndenini, kubangani kanye nakwabathandekayo bakamufi ngalesi sikhathi esinzima.

Address

Mtubatuba

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when PS news posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share