Ezikamjovo

Ezikamjovo Ilembe

20/04/2020

Sawubona wena ofunda le post bengithandaza Lana ngakhuleka kakhulu impela ngikhulekela ukuthi uthole umsebenzi nokuthi emsebenzini ukhushulelwe imali mft ngikufisela unhlanhla kukhona konke OK ucabanga yo sengathi ungaphumelela
Kusho Mina umjovo o valinzalo ntuli
Be ngcla udlule ngelike epagini lam plzπŸ™πŸ™

17/04/2020

Sanibonani nonke egameni lenkosi njn kodwa balandeli beskhondla khondla somculo womaskandi baf2 umjovo usezongena kuyoutube bese eyanicela nimdownlaod ngoba le lockdown iyakhuphuka manje ngifuna ngizwe lomculo wangapha endwedwe ngyanithanda kakhulu

13/04/2020

Ayi kunengoma ethi zithi emzini kulikhuni eyam ishayiwe ikule album

11/04/2020

Uhlushwa yin wena ngegcewane lam uxakwe yin wena ngegcewane lamπŸŽ§πŸŽ§πŸŽ§πŸŽ§πŸŽ§πŸŽ€πŸŽ€πŸŽ€πŸŽΈπŸŽΈπŸŽΈπŸ“€πŸ“» enye lezingoma ezikwicd lami

06/04/2020

Ubani osakhumbula lengoma yam ethi ngikhumbule umgqumeni nomtshengesine nomjikjelwa?

06/04/2020

Vutha vutha mlilo ngyakukwazela sengibeke khona kwizwi lomzansi ngiyobiza ingama elithi ndwedwe awu futhi

02/04/2020

Awu bakithi ayi bayawuthanda umculo wam abantu sthe singena nje sizodayisa amacd bavele bakikiza bone bathi nangu umfana wam Bhele amahle awu madoda yibambeni Bantu basenembeni

01/04/2020

Bakwe2 longumjovo useyalala manje nilalekahle nani

30/03/2020

Zingane zakwa khuphula inoni kwezika jovile ngyacla ozithembayo nje enze imizamo yokuthi evule umcimbi khona langakuthi ngifuna ukubona ukuthi niyazigqaja ngomculo wangakini ngifuna ukudayisa amacd niwathole nonke

30/03/2020

Ngibingelele enhla nasezansi zingane zakwethu umjovo loyimina ngomay uzokhipha umusic video wengoma eyodwa bese ngiyifaka kuyoutube ngiyacela monks ngobuningi been ningivakashele ngabe ngidla ingezo kuphela ngigijima ngenqina ngishaya isginci nginibusisa ngemassege wengoma ngyanicela nithenge phela amacd ukuze ngizophumelela njengoba N**i ukuthi umjovo akawuculi ishiii baf2 silapha abantu ngengoma ngiyobonga kakhulu

29/03/2020
28/03/2020

Zingane zakwethu ngomusa kankulunkulu nedlozi ngcla ungene kulelipage udlule ngelike plzπŸ™πŸ™πŸ™ asiyilutho ngaphande kwenu

Address

Ndwendwe
Ndwedwe
VALI

Telephone

+27823600579

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ezikamjovo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share