27/10/2021
Ngazala indodana yenyoka 😭😭 p33
Besizoyinqoba lempi..
Lucy:Gogo laphelelaphi icebo lethu lokucela ukuthi ingasibulali ingane..
Gogo:khona Lucy kumele siyenze I plan
Lucy:yabona izinkinga Gogo esikoleni angisayi angazi ngoba sibhala ngiyophasa yin ksasa kumele ngiye eskolen esangomeni sizoya mangibuya eskolen
Gogo:yah angifuni ufeyile mzukulu wea naka izincwadi zakho ngizoya ngedwa mina ksasa esangomeni wea khululeka nje😁
Lucy:usho kanjena Gogo 🙂
Gogo:yebo mzukulu wami angifuni ngAwe phl mina(emudonsa isihlathi)
Lucy: nazoke 🤝 Gogo wam yikho ngikuthanda mina ngikwazi unje
Gogo:khululeka❤️😁(bafika ekhaya behla emotweni bayogeza baqeda lapho sekungo 7 ntambama izikhathi baqeda u Lucy waya e kitchen waqala amabhodwe...waqhamuka ugogo ka Lucy ehamba kancane)
Gogo:ayike Lucy ngithe mina naka incwadi zakho mina ngizoyenza imisebenzi
Lucy:kodwa Gogo kumele ngikuphumuze nje phl wea usumdala😔
Gogo:angimudala mina wake wamubonaphi wea ugogo oshaya I karate 🤸
Lucy:hau gogo🤣🤭😂ungihlekiselan manje
Gogo:😂ngiyakutshela mfn ngiyayishaya mina I karate 🤸 hambo funda
Lucy:mmmh🤣okay..(kusho u Lucy ebe ehleka ehamba eya phezulu wabuya nezincwadi)
Gogo:uyaphi manje
Lucy:ngizofunda magogo omncane🤣
Gogo:olryt darl😂❤️
Kukwa Zulu
Kulungiselelwa umngcwabo angini u boy uyancwantshwa kusasa..nangu u Zulu ukhuluma no MaZulu
MaZulu: ngiyaxolisa ukuthi angikuhloniphi sengiyazisola😔
Zulu: washintsha muntu bo😯wea wonke
MaZulu: ngiyaxolisa 😭ngiyacela Zulu ngixolele
Zulu:weh ngabe ngiyisilima inkosi mpela mina ngixolele wea🙄ungazisanganisi
MaZulu:hau Baba 😥😣
Zulu:angikufuni lakwam wea mfazii
MaZulu:hooyake uyahlanya ngizohamba no Nelly mina
Zulu:uyahlanya phl manje lengane awudelanga ukuyinikela ezigebengini zakho manje usufuna koyibulala sathan hu
MaZulu:heeya bhut ubiza mina ngosathane(kusho u MaZulu eshaya uZulu ngempama wavele wahleka u Zulu wabantu wazihambela...uMazulu wasala wahliphiza ikhanda.."damnit"bengithi ngifuna kukubulala lo doti 😒 akusangithembi nakancane...