11/04/2023
Lentombi yakho ibiwa ivuka nawe
ungakasebenzi iphi ?
Abantu besfazane sebekhathele uku
-
understanda guys , lokhu e bekezela
ukuthi use-down for now , but uma
uthola umsebenzi uyakhohlwa nguye ..
uqale ubhampe , umshiye uyolobola
laba osuba-bona sebey-type yakho ,
usune type manje ? Ibikuphi le--
type
yakho usadlisa lengane yabantu
ikhabishi. ?she ddint complain
ugqoka
izicathulo ezitshekile izisheli zayo
zikubukela phansi , but she was ther
for you and carry you with prayers..
Ikubekezelela ne under pant eyodwa
yaka Jockey , she turned down many
men better than you coz she knew
uzovuka one day , suyasebenza today
, usamkhumbula ?Siyabheda bo-
lova. !!
Omunye akakamlahli but awukho
umehluko , usuke wawabona ama
panty awaqgokayo , ikhanda lakhe. ?
Wat are u doing about dat since usu-
sebenza ?Okunye kufuna ingane
yabantu iku-bekezelele and
understand
ukuthi awna mali but o-glamour laba
ofeba nabo wenza sure you always on
top of your game and awlenzi
iphutha.,
Uma uyomvala ufika noma hot wings
ne 12 yama dry or 5 liter we wine
oma-4th street nama loose ka gwayi ,
but lengane yabantu ibulawa yi
growth
ne-nkwethu , aynawo nama pads
ifaka
i-toilet paper but every Friday
udakiwe
wena... Sis man !
Stop making your gf to understand
your rubbish but ekugcineni usuthole
umsebenzi usuthenga imoto and
recruit more bi***es instead of
uyovela
ekhaya kubo or take her home to
mama !
NB: ngkhuluma namadoda not
amabhoxongwane abasadla ubusha !
# StraightTalks # NuthingButTheTr
uth