21/08/2021
Sanbonani njengabantu abamnyama ngifisa sisizane ngoba kuyenzeka sikwazi ukwenza izinto kodwa bese kuba nezinto esingakwazi ukuzenza okudingeka omunye angenelele... Lana ngivula leli page ngoba nginesifiso sokusizana nabantu abathanda ukudayisa amaperfume.Ngizobasiza mina ngokubenzela nabo bangisize ngokunginika umsebenzi wokuthi ngikwazi ukubeka isinkwa etafuleni...Sizokwenza kanjani lokho? Umuntu uzongifonela or What'sapp angitshele ukuthi udinga ziphi izinhlobo zamaperfume ngimenzele uma e around Dbn or Pinetown sizohlangana ngimnikeze uma ekude ngizomuposela asisebenzisane guys
Send a message to learn more