29/08/2024
Le ke eyabo my sister MAHHALA FOR FREE
Let me start ngokuthi uTHANDO it is when umuntu wakho akuhlonipha, akunakekela emotionally, physically and well eye finance kusuke kuyi bonus and supporting each other in good things and ningacekelani phansi.
If uGuy sees you athi "aaah yabona wena kwakumele ngabe uyiStoko sam" well girl don't entertain that coz usuke awonyiwe phecelezi wayekuhalela namanje usakuhalela.
If uGuy sees you and akufune iLB senibadala kanje and you know unomuntu and naye uyazi nawe unomuntu becareful usathane udlala Indima yakhe.Girl usuke efuna ukuzwa ukuthi kusasenjalo laphaya na.Abanye kusuke kuyinkanulo nje thinking that usakuthanda Kanti amafeelings e2bob asele nje,don't fall for that.
If uGuy sees you bese azothi "yooooo mfethu mara ngaFlopa la, eish Bheka usasemuhle kanjani" and yena by that time ungumkhukhu obhomile, well girl don't even bother ukumosha umoya wakho.Lowo guy alikho ikusasa lapho usazokuSkepa akuvuse ngo4:30 am athi gqoka mfwethu .
If uGuy sees you and confess his love for you Funda izenzo zakhe zempilo kuqala ungavelwe uchazwe ukuthi uGuy ugezile.check if unjani Uma ekwatile, does he treat you well , unjani Uma enabangani bakhe or iFamily yakhe, uphuza Monday to Monday without any break, la elala khona kuClean,does he have kids and how many kids , futhi is it different baby mamas and unjani with his kids. Before ufaka amazipho uzishaye isifuba uthi ungowami.
If uGuy sees you athi usakuthanda akumboze ngemali and gifts but ukugcina uyimfihlo, girl qaphela it is either ushadile or uthwele or uyoba isigqila sakhe socansi or his punching bag if akwatiswe izinto zakhe or uGuy ushimile and controlling or testing you ukuthi uthanda yena or imali yakhe. Actions tells a lot mtase so becareful, WELL abanye when they do that and not asking for ucansi when they gift you with all those things basuke bekhombisa uthando but bayincosana labo.
If uGuy azozwana nawe for more than a year niphethene Kahle and not introduce you kwiFamily yakhe well ā³ it is either ushadile or his family is toxic.
If uGuy usuzwane naye more than 2 years Naba nengane or nezingane and niphila Kahle bese engaveli nakini ngisho nangenhlawulo or inkomo nje eyodwa well girl yazi ukuthi abazali soze banipha izibusiso and if kwamele umuphushe ukuthi avele ekhaya do so but ngokuzithoba.
I can go on but ke kuningi š asizihlonipheni mantombazane singachazwa ukuthi uGuy ugezile, unemali, uphethe dah.COZ angageza Kanti ngaphakathi ungcolile, angaba neMali kodwa angakwazi ukuyisebenzisa and angaphatha dah angawazi umsebenzi š¤·š¾āāļø