05/06/2026
ngisinyanya kabi stepfather 🤞 impilo yami ihlangahlangene nje isona nomona waso...yeyi inzima impilo yokungabunababa bese uzokhula phansi komuntu enjenge step...ncono ukukhuliswa ugogo
ungahambi nengane shiya ingane nogogo kuncono lokho ,ingazohlukumezeka ngoba Nina nivaleka amehlo ngenhla yothando olungekho
bona bakhona abancono koda Nami ngikhulumela kwengikwaziyo. ngibona kukuhle ukuzihanbela wea ushiye izingane. umane uzivakashele ,uthumele imali.