08/02/2022
Ngivumeleni nina nonke enifisa ukwazi iqiniso SAKHE igroup sizokhuluma nga Jesu , nangalesikhathi esikuso singaze sife singenakho ukuqonda ngokwenzakalayo , sife sithi sizoya ezulwini sibe singeke , ukuhlabelela okwa SIMAKADE , ngiyazizwa izingoma zithi buya Nkosi Jesu uzolandaa ibandla lakho , Thina esisaphila akufanele ukuthi singasho lokho , .... abahlabelela lowo mhlabeleli ngunabayaaaa ababaleka baya kocasha kuleya ntaba ngenxa yokuthi bafuna kubulawa ngoba bebaGCINA li SABBATH la Nkulunkulu , basecashile kuleya ntaba inkosi yalowo mbuso yathumela amabutho ayo kuleyo ntaba ukugada lentaba , ukuze bangehli baye emfuleni kofuna abanzi , bangehli kofuna ukudla , lithi ibhayibheli bafe bonke bafela emigedeni , NABOKE abantu abafa bafela ukugcina imithetho kaNkulunkulu , abafuna ukuthi uJesu sale abuya ukuze baphumule kulolusizi abakulo for 1000 years, ngicela siqonde ngale journey esikuyo Amen.